Ubudlelwano bami nabantwana bami ave bubuhle, sengifana nodadewabo kubona. Ngiyababonisa, bayangilalela, bayakhopha, bayasebenza abanye manje, omunye useyaqeda esikoleni. Babika noma yini, siyazwana nabo ngohlobo oluyisimangaliso, bawusizo futhi kakhulu kimina nami ngiyabasiza, bangithatha njengodadewabo noma benezinkinga nje, ngibonga lokho nje.
Ubudlelwano bami buhle kakhulu nabantwana bami. Kuhle futhi uma ungumama ube nobudlelwano nabantwana abangamantombazane.
Read Agrineth’s story in English here