Into engifuna ukukhuluma ngayo mina, indlela, eish, okufanele siziphathe ngayo thina bantu besifazane, eish, cause e-South Africa akukho right.
Like, kufanele sisebenzise amakhondomu cause kungenzeka utholane nomfana kanti umfana mhlawumbe angakutsheli ukuthi uphozithivu, then bese uyalala nalowo muntu then bese uthola izifo zocansi, like, njengane-AIDS, i-HIV ne-AIDS, ya ya ya. Engingakusho nje ukuthi abantu besifazane baziphathe kahle, bafunde, basebenze, banakekele imindeni yabo. That’s all.
Read Hlengiwe’s story in English here